Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 INkosi yathi: Ngizababuyisa eBashani, ngibuyise abantu bami ekujuleni kolwandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 INkosi yathi: “Ngiyakubabuyisa eBashani, ngibabuyise ekujuleni kolwandle

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 INkosi yathi: “Ngizobabuyisa bevela eBhashani, ngibabuyise bevela ekujuleni kolwandle,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:22
11 Referans Kwoze  

Base bephenduka bakhuphuka ngendlela yaseBashani, u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma ukulwa nabo, yena nabo bonke abantu bakhe, ekulweni e-Edireyi.


Ngoba ngiyakunikhipha phakathi kwezizwe, nginibuthe emazweni onke, nginilethe ezweni lakini.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bhekani, ngiyakuphakamisela isandla sami kwabezizwe, ngiphakamisele abantu ibhanela lami, balethe amadodana enu ezingalweni zabo, namadodakazi enu athwalwe emahlombe abo.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo phakathi kolwandle; amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene sabo nangakwesokhohlo sabo.


Abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo phakathi kolwandle, amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene sabo nangakwesokhohlo.


Uyakwahlulela phakathi kwezizwe, agcwalise izindawo ngezidumbu; uyakulimaza amakhanda amazwe amaningi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite