Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa uNkulunkulu uyochoboza ikhanda lezitha zakhe nokhakhayi olunoboya lwalowo osaqhubeka ezonweni zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Impela uNkulunkulu uyakuliphohloza ikhanda lezitha zakhe, ukhakhayi olunesihluthu lwalowo osahamba ezonweni zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Kepha uNkulunkulu uzophohloza amakhanda ezitha zakhe, ukhakhayi lwalowo onesihluthu ohamba ezindleleni zokona kwakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:21
15 Referans Kwoze  

Waphuma ukusindisa abantu bakho, yebo, ukusindisa kanye nogcotshiweyo wakho; Ulimele ikhanda endlini yomubi ngokuvula isisekelo kuze kufike entanyeni. Sela.


Uyakwahlulela phakathi kwezizwe, agcwalise izindawo ngezidumbu; uyakulimaza amakhanda amazwe amaningi.


Uma engaphenduki, uyolola inkemba yakhe; wawucima umnsalo wakhe wawulungisa.


Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Wabuye wathuma kubo enye inceku; yona bayijikijela ngamatshe, bayilimaza ekhanda, bayimukisa ihlazekile.


Wenyukela ezindaweni eziphakemeyo, wathumba abathunjwa; ukwamukela abantu izipho; yebo, nakwabahlubukayo, ukuze uJehova uNkulunkulu ahlale phakathi kwabo.


UMose wayesethi kubantu: “Ningesabi; yimani, nibone ukusindiswa kweNkosi ezonenzela khona namuhla; ngokuba abaseGibithe enibabonile namuhla anisayikubabona kuze kube phakade.


Impela uyakukusindisa ogibeni lomcuphi nasobhadaneni olubhubhisayo.


Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite