Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Baxosheni njengokupheshulwa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo, kanjalo ababi mababhubhe phambi kukaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Bamukiswa njengokumukiswa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo ababi bachithwa phambi kukaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Njengokuphephuka komusi, nokuncibilika kwengcina phambi komlilo, bachithwa kanjalo ababi phambi kukaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:2
17 Referans Kwoze  

Izintaba ziyoncibilika phansi kwakhe, nezigodi ziqhekezeke, njengengcina phambi komlilo, nanjengamanzi athululelwa endaweni eyehlelayo.


Kepha ababi bayakubhubha, izitha zikaJehova zinjengamanoni amawundlu; ziyakuqeda ngomusi.


Ngakho bayakuba njengefu lokusa, nanjengamazolo asekuseni adlula, namakhoba apheshulwa esibuyeni, nanjengomusi ophuma kushimula.


Ngokuba ububi buvutha njengomlilo, buqothula ikhakhasi nameva, buthungele ezihlahleni, bukhuphuke njengomusi.


Izintaba zancibilika njengengcina phambi kweNkosi, phambi kweNkosi yomhlaba wonke.


Ushiswe ngomlilo, unqunywe; bayabhubha ngenxa yokujeziswa kobuso Bakho.


Njengalapho umlilo oncibilikayo uvutha, umlilo ubilisa amanzi, ukuze wenze igama lakho laziwe ezitheni zakho, ukuze izizwe zithuthumele phambi kwakho!


Wena, yebo, uyesatshwa, futhi ubani oyoma phambi kwakho lapho uqala ukuthukuthela na?


Ngithululiwe njengamanzi, namathambo ami onke ahlangene; inhliziyo yami injengengcina; kuncibilike phakathi kwamathumbu ami.


Kwathi umphongolo ususukile, uMose wathi: “Vuka, Jehova, zihlakazeke izitha zakho; nabakuzondayo mababaleke phambi kwakho.


UJowabe namadoda ayenaye basondela ukulwa nama-Aramu, abaleka phambi kwakhe.


Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wabulala noSobagi induna yempi, wafela khona.


Abantu babaleka emsindweni wokuxokozela; ekuphakameni kwakho izizwe ziyahlakazeka.


Kungani amaqhawe akho akhukhulwa? abema, ngokuba uJehova wabaxosha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite