Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Izinqola zikaNkulunkulu ziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, yebo, izinkulungwane zezingelosi; uJehova uphakathi kwazo njengaseSinayi endlini engcwele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izinqola zikaNkulunkulu ziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, izinkulungwane nezinkulungwane; iNkosi iphakathi kwazo; iSinayi lisendaweni engcwele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Izinqola zempi zikaNkulunkulu ezinamandla eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, izinkulungwane ngezinkulungwane iNkosi iphakathi kwazo, iSinayi isendaweni engcwele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:17
16 Referans Kwoze  

Wathi: “UJehova wavela eSinayi, wabavukela evela eSeyiri; wakhanya entabeni yasePharanu, weza nabangcwele abayizinkulungwane eziyishumi; esandleni sakhe sokunene kwaphuma umthetho womlilo kubo.


Kwaphuma umfula womlilo, waphuma phambi kwakhe; izinkulungwane zezinkulungwane zazimkhonza, nezinkulungwane eziyishumi zezinkulungwane eziyishumi zazimi phambi kwakhe; ukwahlulela kwamiswa, nezincwadi zavulwa.


Ngase ngibona, ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi, nezilwane, namalunga;


Uthi ngingecele kuBaba ukuthi anginike manje amalegiyona ezingelosi angaphezu kweshumi nambili na?


UJehova wathukuthelela imifula na? Intukuthelo yakho yayiphezu kwemifula na? Intukuthelo yakho yayivuthela ulwandle, ukuthi ugibele amahhashi akho nezinqola zakho zokusindisa na?


Inani lempi yabamahhashi laliyizinkulungwane ezingamakhulu amabili; ngezwa umumo wabo.


Wakhwela phezu kwekherubi, wandiza; yebo, wandiza ngamaphiko omoya.


Wathi: “Ungasondeli; khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.


Kwathi besakhuluma, kwabonakala inqola yomlilo namahhashi omlilo, kwabadabula bobabili; u-Eliya wenyukela ezulwini ngesivunguvungu.


Lapho ecela igazi, uyazicabangela; Akakukhohlwa ukukhala kwabathobekile.


Ekupheleni kwezinsuku intaba yendlu kaJehova iyakuma iqine esiqongweni sezintaba, iphakame kunamagquma; izizwe zonke ziyakubuthanela khona.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, indawo yesihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho engiyohlala khona kuze kube phakade phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, negama lami elingcwele aliyikuyingcolisa indlu ka-Israyeli. Israyeli futhi. Namakhosi abo ngobufebe babo nangezidumbu zamakhosi abo ezindaweni zabo eziphakemeyo.


Manje mabasuse ubufebe babo nezidumbu zamakhosi abo kude nami, futhi ngiyohlala phakathi kwabo kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite