Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Noma ulala phakathi kwezimbiza, uyakuba njengamaphiko ejuba ambozwe ngesiliva nezimpaphe zalo ngegolide eliphuzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Nxa nilala phakathi kwezibaya, kunjengamaphiko ejuba asibekelwa ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo ngegolide elikhazimulayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 noma belala ezibuyeni, kunjengamaphiko ejuba ambozwe ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo zahuqwa ngegolide elikhazimulayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:13
22 Referans Kwoze  

Wabakhipha nesiliva negolide, kungekho noyedwa obuthakathaka ezizweni zabo.


U-Isakare uyimbongolo enamandla elele phakathi kwemithwalo emibili;


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sikhohliswa, sikhonza izinkanuko nezinjabulo ezihlukahlukene, siphila ebubini nomhawu, sizondwa, sizondana.


Kodwa uyise wathi ezincekwini zakhe: Khuphani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke, niyembathise; wafaka indandatho esandleni sakhe, nezicathulo ezinyaweni zakhe;


Wayesefisa ukugcwalisa isisu sakhe ngamakhoba adliwa yizingulube, kepha kwakungekho muntu owamnikayo.


Ngokuba uJehova uyathokoza ngabantu bakhe; Uyohlobisa abathobekileyo ngensindiso.


Ngasusa ihlombe lakhe emthwalweni; izandla zakhe zasindiswa ezimbizeni.


Unganikeli umphefumulo wejuba lakho esixukwini sababi; ungakhohlwa umhlangano wabampofu bakho kuze kube phakade.


Nihlalelani phakathi kwezibaya ukuze nizwe ukukhala komhlambi na? Ezigabeni zakwaRubeni kwakukhona ukuhlola okukhulu kwenhliziyo.


Bazenza zaba muncu ukuphila kwabo ngobugqila obulukhuni, ngokunameka, nangokufaka izitini, nangayo yonke imisebenzi yasensimini; yonke inkonzo yabo ababekhonza kuyo yayilukhuni.


Niyazi ukuthi naholwa ningabezizwe, nayiswa kuzo izithombe eziyizimungulu.


Futhi uhlukanise impango izingxenye ezimbili; phakathi kwalabo abaphuma impi, phakathi kwebandla lonke.


Kodwa lawo makhosi amahlanu abaleka, acasha emhumeni waseMakheda.


Amakhosi afika alwa, kwathi ngasemuva alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; abawinanga mali.


Amadoda aphuma, aphanga amathente ama-Aramu. Ngakho iseya lempuphu ecolekileyo lathengiswa ngeshekeli, namaseya amabili ebhali ngeshekeli njengezwi likaJehova.


Imisebenzi yakho isiyenziwe; azikwazanga ukuqinisa insika yazo kahle, azikwazanga ukwelula useyili; khona-ke impango enkulu iyahlukaniswa; izinyonga zithatha impango.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite