Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amakhosi ebutho abaleka masinyane, nenkosikazi eyayisele ekhaya yahlukanisa impango.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amakhosi ezimpi ayabaleka; ayabaleka wona; isifazane esihlezi ekhaya sabela impango.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Amakhosi ahola izimpi acela empunzini, athi galo yephuka. Abesifazane abasekhaya babelana impango,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:12
12 Referans Kwoze  

Kodwa lawo makhosi amahlanu abaleka, acasha emhumeni waseMakheda.


Amakhosi afika alwa, kwathi ngasemuva alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; abawinanga mali.


Ngoba ngubani ozalilalela kulendaba? kepha njengesabelo salowo owehlela impi, siyakuba njalo isabelo salowo ohlala empangweni;


Amakhosi omhlaba, nezikhulu, nezinduna, nezicebi, nabanamandla, nezigqila zonke, nabakhululekileyo, bacasha emihumeni nasemadwaleni ezintaba;


Abagijimanga yini? abahlukanisanga impango; kuwo wonke amadoda intombazane noma amabili; kuSisera impango yemibala yonke, impango yawo wonke amathunga, imibala ethungayo nhlangothi zombili, izintamo zabaphangayo na?


UJoshuwa wawathatha wonke la makhosi nezwe lawo kanyekanye, ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wayewalwela u-Israyeli.


OMose no-Eleyazare umpristi bathatha igolide lezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, balingenisa etendeni lokuhlangana ukuba bakhumbule abantwana bakwa-Israyeli phambi kukaJehova.


Futhi uhlukanise impango izingxenye ezimbili; phakathi kwalabo abaphuma impi, phakathi kwebandla lonke.


Ase ekhumula amasondo ezinqola zawo, awagibelisa, kangangokuthi abaseGibithe bathi: “Masibaleke phambi kuka-Israyeli; ngoba uJehova uyabalwela emelene labaseGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite