Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 66:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uma ngibheka ububi enhliziyweni yami, iNkosi ayiyikungahlulela;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uma bengiqonde ububi enhliziyweni yami, ibingayikungizwa iNkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Uma bengiqonde ububi enhliziyweni yami, ibingayukungizwa iNkosi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 66:18
10 Referans Kwoze  

Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazizwa izoni;


Osusa indlebe yakhe ukuba angawulaleli umthetho, ngisho nomkhuleko wakhe uyisinengiso.


UJehova ukude nababi, kepha uyawuzwa umkhuleko wabalungileyo.


Umhlatshelo wababi uyisinengiso kuJehova, kepha umkhuleko wabaqotho uyintokozo yakhe.


Uma nelula izandla zenu, ngiyakuwafihla amehlo ami kini; yebo, uma nikhuleka kakhulu, angiyikuzwa; izandla zakho zigcwele igazi.


Niyacela, kepha anikwamukeli, ngokuba nicela kabi, ukuze nikusebenzise ezinkanukweni zenu.


Ovala izindlebe zakhe ekukhaleni kompofu uyakukhala, kepha akayikuzwakala.


Qaphela, unganaki ububi, ngokuba ukukhethile kunosizi.


Ngempela uNkulunkulu kayikuzwa okuyize, njalo uSomandla kayikunanzelela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite