Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 66:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 owavula izindebe zami nomlomo wami owakhuluma ngisekuhluphekeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ezaphinyiselwa yizindebe zami, zakhulunywa ngumlomo wami ngisekuhluphekeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 lezo engazikhipha ngezindebe zomlomo, ngazisho ngomlomo wami ngisekuhluphekeni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 66:14
9 Referans Kwoze  

Ekuhluphekeni kwami ngambiza uJehova, ngambiza uNkulunkulu wami; Wezwa izwi lami ethempelini lakhe, nokukhala kwami kwaphumela ezindlebeni zakhe phambi kwakhe.


Wenza isithembiso, wathi: “Jehova Sebawoti, uma ukhumbula ukuhlupheka kwencekukazi yakho nami, futhi ungayikhohlwa incekukazi yakho, kepha unike incekukazi yakho indodana, ngiyakumnika uJehova izinsuku zonke zezwe. Ukuphila kwakhe, nempuco ayiyikuwela ekhanda lakhe.


Ekuhluphekeni kwami ngambiza uJehova, ngambiza uNkulunkulu wami, walizwa izwi lami ethempelini lakhe, ukukhala kwami kwangena ezindlebeni zakhe.


Kodwa uma indoda yakhe isichithile impela ngosuku ekuzwa ngalo; khona-ke okuphuma ezindebeni zakhe mayelana nezifungo zakhe noma ngesibopho somphefumulo wakhe ngeke kube khona; umyeni wakhe wayichitha; uJehova uyakumthethelela.


Kepha uma indoda yakhe imalela ngosuku ekuzwa ngalo; khona-ke kumelwe enze isithembiso sakhe athembisa ngaso, nasikhulumile ngezindebe zakhe, abophe ngaso umphefumulo wakhe, asinakuchithwa; uJehova uyakumthethelela.


Uma umuntu enza isithembiso kuJehova, noma efunga isifungo sokubopha umphefumulo wakhe ngebhande; ngeke aphule izwi lakhe, kufanele enze ngokuvumelana nakho konke okuphuma emlonyeni wakhe.


Masisuke, sikhuphukele eBethele; ngiyakumenzela khona uNkulunkulu i-altare owangiphendula osukwini lokuhlupheka kwami, waba nami endleleni engahamba ngayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite