Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 62:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UNkulunkulu wakhuluma kanye; kabili ngizwile; lawo mandla angakaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UNkulunkulu ukhulumile kanye, ngikuzwe kabili ukuthi amandla angakaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 UNkulunkulu ukhulume kanye, ngakuzwa kabili lokho: amandla angakaNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 62:11
12 Referans Kwoze  

Emva kwalokho ngezwa izwi elikhulu lesixuku esikhulu ezulwini, lithi: “Haleluya! Insindiso, nenkazimulo, nodumo, namandla, makube eNkosini uNkulunkulu wethu;


Ngokuba uNkulunkulu ukhuluma kanye, yebo, nakabili, kepha umuntu akakuboni.


Thembelani kuJehova kuze kube phakade, ngokuba uJehova unamandla aphakade.


Ngake ngakhuluma; kodwa kangiyikuphendula: yebo, kabili; kodwa angiyikuqhubeka.


UJesu waphendula wathi: “Ungeke ube namandla neze phezu kwami, uma ungawanikwanga evela phezulu;


UJesu wasondela wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni.


Ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi, ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.


O mandla ami, ngifisa ukuhlabelela ngodumo lwakho, ngokuba uNkulunkulu uyisiphephelo sami noNkulunkulu womusa wami.


UHezekiya wabalalela, wababonisa yonke indlu yezinto zakhe eziyigugu, isiliva, negolide, namakha, namafutha ayigugu, nayo yonke indlu yezikhali zakhe, nakho konke okwakutholakala engcebweni yakhe. Akubangakho lutho endlini yakhe nasekubuseni kwakhe konke uHezekiya angabavumelanga ukuba bakubone.


Wathi: “Baboneni endlini yakho na?” UHezekiya wathi: “Babone konke okusendlini yami; akukho lutho phakathi kwengcebo yami engingakubonisanga.


Ngokuhlakanipha kwakho okukhulu nangezenzo zakho wandise inotho yakho, futhi inhliziyo yakho yaphakama ngenxa yenotho yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite