Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 6:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba ekufeni akukho ukukukhumbula; ngubani oyakukudumisa eHayidese na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba akukho ukukhumbula wena ekufeni; ngubani oyakukubonga endaweni yabafileyo na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Akukho ukukhumbula Wena kwelabafileyo; ngubani oyakukubonga endaweni yabafileyo na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 6:5
9 Referans Kwoze  

Abafileyo kabambongi uJehova, labo bonke abehlayo ngokuthula.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kunanzuzoni egazini lami, uma ngehlela emgodini na? Ingabe uthuli luyokudumisa? ingabe izomemezela iqiniso Lakho?


Angiyikufa, kepha ngiyakuphila, ngishumayele imisebenzi kaJehova.


Ngimelwe ukusebenza imisebenzi yongithumileyo kusesemini;


Buya, Jehova, kuze kube nini? futhi makuphenduke kuwe ezincekwini zaKho.


Ngabiza igama likaJehova; Jehova, sindisa umphefumulo wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite