Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 54:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bheka, uNkulunkulu ungumsizi wami; uJehova unabo abasekela umphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bheka, uNkulunkulu ungumsizi wami; iNkosi ikubo abaphasa umphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bheka, uNkulunkulu ungumsizi wami. INkosi igcina umphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 54:4
10 Referans Kwoze  

Ukuze singasho ngesibindi sithi: INkosi ingumsizi wami, angesabi umuntu angangenzani.


Ningesabi; ngoba mina nginani; ningethuki; ngoba nginguNkulunkulu wenu; Ngizokuqinisa; yebo, ngizokusiza; yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


Wangishaya kabuhlungu ukuze ngiwe, kodwa uJehova wangisiza.


Pho siyakuthini ngalezi zinto na? Uma uNkulunkulu engakithi, ngubani ongamelana nathi na?


Bheka, inceku yami engiyisekelayo; abakhethiweyo bami othokoza ngabo umphefumulo wami; ngibekile uMoya wami phezu kwakhe: uyakuletha ukwahlulela kwabezizwe.


Umoya wehlela phezu kuka-Amasayi owayeyinduna yezinduna, wathi: “Singakuwe, Davide, singakuwe, ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula kube kuwe, nokuthula kubasizi bakho; ngoba uNkulunkulu wakho uyakusiza. UDavide wabamukela, wabenza abaholi beviyo.


Kepha mina uyangisekela ngobuqotho bami, ungibeke phambi kobuso bakho kuze kube phakade.


(Umkhuleko kaDavide.) Zwana, Jehova, mahluleli, uzwe ukukhala kwami, uzwe umkhuleko wami ongaphumi ezindebeni ezikhohlisayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite