Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 52:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokunjalo uNkulunkulu uyakunibhubhisa kuze kube phakade; uyakukuthatha, akuklebhule endaweni yakho yokuhlala, akunqume ezweni labaphilayo. Sela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngakho-ke uNkulunkulu uyakukubhidliza kuze kube phakade; uyakukubamba, akukhiphe etendeni lakho, akusiphule ezweni labaphilayo. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kepha uNkulunkulu uzokuqumba phansi kuze kube phakade; uzokubamba, akukhiphe ethendeni lakho, akusiphule nasezweni labaphilayo. Sela

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 52:5
18 Referans Kwoze  

Kodwa ababi bayakunqunywa emhlabeni, nabaphambukayo bayonqunywa kuwo.


Ngaphela amandla, ngaphandle kokuthi ngikholwe ukuthi ngizakubona okuhle kukaJehova elizweni labaphilayo.


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.


Ngathi: “Angiyikubona uJehova, yebo, uJehova, ezweni labaphilayo;


Ngiyakunixosha endaweni yenu, anidilize ekumeni kwenu.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lophafuza amanga kayikuphunyuka.


Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.


Ngiyakuhamba phambi kukaJehova ezweni labaphilayo.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Ukwethemba kwakhe kuyosishulwa etendeni lakhe, futhi kuyomyisa enkosini yezesabekayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite