Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 52:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uthanda okubi kunokuhle; futhi aqambe amanga kunokuba akhulume ubulungisa. Sela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uthanda okubi kunokuhle, namanga kunokukhuluma ukulunga. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 uthanda okubi kunokuhle, amanga kunokulungileyo. Sela

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 52:3
10 Referans Kwoze  

Ngokuba ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nawabenzayo amanga.


Abakhapheli, abalukhuni, abakhukhumeleyo, abathanda injabulo kunokuthanda uNkulunkulu;


abaguqule iqiniso likaNkulunkulu libe ngamanga, bakhuleka, bakhonza okudaliweyo kunoMdali obongekayo kuze kube phakade. Amen.


Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, ngokuba ungumqambimanga noyise wawo.


ozonda okuhle futhi othanda okubi; eniklebhula isikhumba sabo kubo, nenyama yabo emathanjeni abo;


Ulimi lwabo lunjengomcibisholo obulalayo; likhuluma inkohliso: umuntu ukhuluma ukuthula kumakhelwane wakhe ngomlomo wakhe, kodwa enhliziyweni ubeka umlindo wakhe.


Ngokuba abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana ababuthakathaka, futhi abanakuqonda; bahlakaniphile ekwenzeni okubi, kepha ukwenza okuhle abakwazi.


Bacebisana kuphela ukuze bamlahle ekuphakameni kwakhe; bajabulela amanga; bayabusisa ngomlomo wabo, kepha ezibilinini zabo bayathuka. Sela.


Umphefumulo womubi ufisa okubi, umakhelwane wakhe katholi umusa emehlweni akhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite