Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 51:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngihlanze ngehisopi, ngihlambuluke; ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngihlanze ngehisopi,* ngihlambuluke; ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngihlanze ngehisophi, ngihlambuluke, ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 51:7
14 Referans Kwoze  

Kepha uma sihamba ekukhanyeni, njengalokhu yena esekukhanyeni, sinenhlanganyelo omunye nomunye, negazi likaJesu Kristu iNdodana yakhe liyasihlambulula kuso sonke isono.


Wozani manje siyilungise indaba, usho uJehova; noma izono zenu zibomvu kakhulu, ziyakuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu njengokubomvu, ziyakuba njengoboya bezimvu.


nakuJesu Kristu, ongufakazi othembekileyo, nezibulo kwabafileyo, nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye owasithandayo nowasigeza ezonweni zethu ngegazi lakhe.


Ngokuba uMose eseshilo yonke imiyalo kubantu bonke ngokomthetho, wathatha igazi lamathole nelezimbuzi, kanye namanzi, noboya obubomvu, nehisopi, wafafaza incwadi nabantu bonke;


Kumelwe nithathe isixha sehisopi nisicwilise egazini elisesitsheni, nishaye umbundu ongenhla nezinsika zombili zezinhlangothi ngegazi elisesitsheni; futhi kakuyikuphuma muntu emnyango wendlu yakhe kuze kuse.


Ngubani ongakhipha okuhlambulukileyo kokungcolile na? hhayi noyedwa.


Ubuhlungu babo bunjengobuhlungu benyoka;


USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, kungabi izinyawo zami zodwa, kodwa nezandla nekhanda lami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite