Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 50:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngiyazazi zonke izinyoni zasezintabeni, nezilwane zasendle zingezami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngiyazazi zonke izinyoni zasezintabeni, nezilwane zasendle zaziwa yimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngizazi zonke izinyoni ezisezintabeni, nezilwane zasendle zaziwa yimi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 50:11
11 Referans Kwoze  

Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?


Bhekani amagwababa, ngokuba awahlwanyeli, awavuni; elingenazinqolobane nanqolobane; uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kangakanani izinyoni na?


Nina nonke zilwane zasendle, wozani nizodla, yebo, nonke nina zilwane zehlathi.


Unika isilwane ukudla namazinyane amagwababa ekhala.


Izinyoni zezulu ziyakuhlala kuzo, zihlabelele phakathi kwamagatsha.


Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite