Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uyakubhubhisa abakhuluma kabi; uJehova uyamenyanya umuntu wegazi nokhohlisayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyabhubhisa abakhuluma amanga; uJehova uyamenyanya umuntu wegazi nowenkohliso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Uyababhubhisa bonke abakhuluma amanga; uSimakade uyabenyanya abachitha igazi nabakhohlisi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 5:6
13 Referans Kwoze  

Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Ngokuba ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nawabenzayo amanga.


Ngokuba bhekani, uJehova uyaphuma endaweni yakhe ukuze ahambele abakhileyo emhlabeni ngenxa yobubi babo;


O bantwana babantu, koze kube nini inkazimulo yami ihlazekile? Koze kube nini nithanda okuyize nifuna inkokhelo na? Sela.


begcwele konke ukungalungi, ukukhohlakala, ukufisa, ububi; begcwele umona, ukubulala, ukuphikisana, inkohliso, ubuxhwanguxhwangu; abahlebezi,


Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.


Kwaba khona umuntu kaBheliyali ogama lakhe linguSheba, indodana kaBigi umBenjamini; wabetha icilongo, wathi: “Asinasabelo kuDavide, futhi asinafa endodaneni kaJese.” Yilowo nalowo makaye ematendeni akhe, Israyeli!


UJehova wabuyisela lonke igazi lendlu kaSawule owabusa esikhundleni sakhe phezu kwakho; uJehova wanikela umbuso esandleni sika-Abisalomu indodana yakho;


Bathi kubo: “Asinakukwenza lokho ukuba udadewethu simnike umuntu ongasokanga; ngoba kuyihlazo kithi.


UJehova uyamhlola olungileyo, kepha omubi nabathanda ubudlwangudlwangu bayawuzonda umphefumulo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite