Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 49:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngoba uba efa, kayikuthatha lutho; inkazimulo yakhe ayiyikwehla emva kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba ekufeni kwakhe akayikuphatha lutho; ubukhosi bakhe abuyikwehla naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngokuba ekufeni kwakhe akayukumuka nalutho, umcebo wakhe awuyukwehla naye.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 49:17
10 Referans Kwoze  

Ngoba kasilethanga lutho emhlabeni, njalo kasilakuphuma lalutho.


Isicebi sizalala phansi, kodwa kasiqoqwa; uvula amehlo akhe, abe engekho.


Kuhlwanyelwa kukude; kuhlwanyelwa kunobuthakathaka; livuswa linamandla;


Samemeza sathi: ‘Baba Abrahama, ngihawukele, uthume uLazaru, agcobhoze isihloko somunwe wakhe emanzini, aphozise ulimi lwami; ngoba ngiyahlushwa kulelilangabi.


Kodwa uNkulunkulu wathi kuye: Siphukuphuku, ngalobubusuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe;


Niyakwenzani ngosuku lokuhanjelwa nasekubhujisweni okuvela kude na? niyakubalekela kubani nifuna usizo na? futhi uyoyishiyaphi inkazimulo yakho?


Ngakho-ke indawo yabafileyo yalikhulisa futhi yavula umlomo walo ngokungenasilinganiso, futhi inkazimulo yabo nesixuku sabo nobuhle babo kanye nojabulayo bayokwehlela kuso.


Ekuphumeni kwakhe esizalweni sikanina uyakubuya ahambe ze njengokufika kwakhe, angathathi lutho emshikashikeni wakhe angayiphatha ngesandla sakhe.


Kubantu abayisandla sakho, Jehova, kubantu bomhlaba abanesabelo sabo kulokhu kuphila, nesisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho efihliweyo; bagcwele abantwana bashiyela abancane babo okusalayo.


Wathi: “Ngaphuma ngize esizalweni sikamame, futhi ngiyakubuyela khona ngize; uJehova wapha, uJehova wathatha; Malibongwe iGama leNKOSI.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite