Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 48:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bhekani izinqaba zalo, nibheke izindlu zalo zobukhosi; ukuze nisitshele isizukulwane esizayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Qaphelani izindonga zalo, nidabule izindlu zalo zobukhosi, ukuze nilandisele isizukulwane esizayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Qaphelani izindonga zalo, nidabule ezigodlweni zalo, ukuze nilandise ngalo isizukulwane esisazozalwa,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 48:13
10 Referans Kwoze  

Manje noma sengimdala futhi ngimpunga, O Nkulunkulu, ungangishiyi; ngize ngiwazise amandla akho kulesi sizukulwane namandla akho kubo bonke abezayo.


Ukuthula kuphakathi kwezindonga zakho nempumelelo phakathi kwezigodlo zakho.


Kumelwe uzifundise izingane zakho ngokukhuluma ngazo lapho uhlezi endlini yakho nalapho uhamba endleleni nalapho ulala nalapho uvuka.


Ngalolo suku ngiyakuvusa itabernakele likaDavide eliwileyo, ngivale imifantu yalo; ngiyakuvusa amanxiwa awo, ngilakhe njengasezinsukwini zasendulo.


Kutsheleni abantwana benu ngakho, abantwana benu bakutshele abantwana babo, nabantwana babo bakutshele esinye isizukulwane.


Labo abayakuba ngabakho bayakwakha amanxiwa amadala; uyakubizwa ngokuthi: Umlungisi wezikhala, umlungisi wezindlela zokuhlala.


Bheka iZiyoni, umuzi wemikhosi yethu; azikho izinduku zakhe eziyosuswa, nezintambo zakhe aziyikugqashulwa.


“Nawe, sikhulu esibi sakwa-Israyeli, osuku lwakho lufikile, lapho ububi buphela,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite