Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 45:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Esikhundleni sawoyihlo kuyakuba khona abantwana bakho, ongabamisa babe yizikhulu emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Amadodana akho ayakuba sesikhundleni sawoyihlo; uyakuwabeka abe yizikhulu emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Amadodana akho ayohlala esikhundleni sawoyihlomkhulu, uwabeke abe yizikhulu emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 45:16
12 Referans Kwoze  

Wasenza kuNkulunkulu wethu amakhosi nabapristi, futhi siyakubusa emhlabeni.


Wasesenza amakhosi labapristi kuNkulunkulu uYise; makube kuye inkazimulo namandla kuze kube phakade naphakade. Amen.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Ubusisiwe, ungcwele onesabelo ekuvukeni kokuqala; phezu kwabanjalo ukufa kwesibili akunamandla, kepha bayakuba ngabapristi bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse kanye naye iminyaka eyinkulungwane.


Inzalo iyakumkhonza; kuyakubalelwa eNkosini isizukulwane.


Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu, ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kakhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite