Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 45:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Indodakazi yenkosi isiyinhle kakade ngaphakathi; izingubo zayo ziyigolide elikhandiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Indodakazi yenkosi inhle kakhulu, ilapho phakathi; ingubo yayo yalukiwe ngegolide.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Indodakazi yenkosi yinhle kakhulu ilapho phakathi; ingubo yayo ifekethiswe ngegolide.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 45:13
16 Referans Kwoze  

Ngizakwethaba kakhulu kuJehova, umphefumulo wami uzakwethaba ngoNkulunkulu wami; ngoba ungigqokise izembatho zensindiso, wangembesa ngesambatho sokulunga, njengomyeni ehloba ngezivunulo, lanjengomakoti ezihloba ngobucwebe bakhe.


Kepha yembathani iNkosi uJesu Kristu, ningakhathaleli inyama ukuba nifeze izinkanuko zayo.


Ngisho ukulunga kukaNkulunkulu okungokukholwa kuJesu Kristu kubo bonke naphezu kwabo bonke abakholwayo, ngokuba akukho mehluko;


Ziwula, yena owenza okungaphandle akakwenzanga nengaphakathi na?


Kanjalo makukhanye ukukhanya kwenu phambi kwabantu, ukuze babone imisebenzi yenu emihle, badumise uYihlo osezulwini.


Ngiyakululeka ukuba uthenge kimi igolide elicwengisiswe emlilweni, ukuze ucebe; nezingubo ezimhlophe, ukuze wembathe, kungabonakali ihlazo lobunqunu bakho; nomuthi wamehlo uwugcobe amehlo akho, ukuze ubone.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Ngakho uma umuntu ekuKristu, uyisidalwa esisha; bheka, sekuvele okusha.


Zinhle kangakanani izinyawo zakho ngezicathulo, ndodakazi yesikhulu! amalunga ezinqe zakho anjengamatshe anenani, umsebenzi wezandla zobuqili.


Kodwa uJehova wathi kuSamuweli: “Ungabheki ubuso bakhe nobude bomzimba wakhe; ngoba ngimalile; ngoba uJehova akaboni njengoba umuntu ebona; ngokuba umuntu ubheka okusemehlweni, kepha uJehova ubheka okusenhliziyweni.


Kodwa umJuda enguye ngaphakathi; nokusoka kungokwenhliziyo emoyeni, kungabi ngokombhalo; okudumisa kwakhe akuveli kubantu, kodwa kuNkulunkulu.


USolomoni wayenabagundi abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nabagundi bezinwele eziyizinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili ezintabeni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite