Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 NgoNkulunkulu siyakudumisa usuku lonke, sidumisa igama lakho kuze kube phakade. Sela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Sizincoma ngoNkulunkulu usuku lonke; igama lakho siyalibonga kuze kube phakade. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Sizincoma njalo ngoNkulunkulu wethu, silibonge igama lakho ingunaphakade. Sela

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:8
8 Referans Kwoze  

Umphefumulo wami uyakukhazimulisa kuJehova; abathobekileyo bayakuzwa, bajabule.


Kepha ozibongayo makazibonge ngakho, ukuze angiqonde, azi Mina, ukuthi nginguJehova owenza umusa, nokwahlulela, nokulunga emhlabeni; ngokuba lokhu ngiyathokoza,” usho uJehova.


Bheka, wena ubizwa ngokuthi ungumJuda, weyame emthethweni, uzibonga ngoNkulunkulu;


NgoJehova yonke inzalo ka-Israyeli iyakulungisiswa futhi ikhazinyuliswe.


Udumo lwami luze luhlabelele udumo lwakho, lungathuli. O Jehova Nkulunkulu wami, ngizokudumisa kuze kube phakade.


Wabakhulula esandleni sabazondayo, wabakhulula esandleni sesitha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite