Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngawe sizacindezela izitha zethu; ngegama lakho siyakunyathela abasivukelayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngawe sizakulahla phansi izitha zethu; ngegama lakho sizakunyathela abasivukelayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngawe sizakuzilahla phansi izitha zethu, ngegama lakho sizakubanyathela abasivukelayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:5
14 Referans Kwoze  

NgoNkulunkulu sizakwenza ngesibindi, ngoba nguye ozanyathela izitha zethu.


NgoNkulunkulu sizakwenza ngesibindi, ngoba nguye ozanyathela izitha zethu.


Ngingakwenza konke ngaye ongiqinisayo.


Udumo lwakhe lunjengezibulo lenkunzi yakhe, nezimpondo zakhe zinjengezimpondo zenyathi; ngalokho Uyodudula abantu ndawonye kuze kube semikhawulweni yomhlaba; futhi bayizinkulungwane eziyishumi zakwa-Efrayimi, futhi bayizinkulungwane zakwaManase.


Bayakuba njengamaqhawe anyathela izitha zabo odakeni lwezitaladi ekulweni; bayakulwa, ngokuba uJehova unabo, nabamahhashi bayakuba namahloni.


Ngabona inqama iqhubukusha entshonalanga, nasenyakatho, naseningizimu; kangangokuthi kwakungekho silwane esingema phambi kwakhe, futhi kwakungekho muntu owayengasindisa esandleni sakhe; kodwa wenza njengentando yakhe futhi wakhula.


Uyakunyathela ingonyama nebululu; kufanele unyathele ibhongo lengonyama nodrako.


UNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nani. Amen.


USedekiya indodana kaKhenana wazenzela izimpondo zensimbi, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngalezi uyakuqhubukusha ama-Aramu uze uwaqede.


Jehova, uyakulizwa izwi lami ekuseni; ekuseni ngiyakuwubhekisa kuwe umkhuleko wami, ngibheke phezulu.


Ngokuba uJehova ungumahluleli wethu, uJehova unguMniki-mthetho wethu, uJehova uyinkosi yethu; uzosisindisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite