Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Yebo, ngenxa yakho siyabulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu ezihlatshiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Yebo, ngenxa yakho sibulawa usuku lonke, siphathiswa okwezimvu zokuhlatshwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ngenxa yakho, sibulawa usuku lonke, sifana nezimvu zokuhlatshwa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:22
18 Referans Kwoze  

Njengokulotshiweyo ukuthi: Ngenxa yakho sibulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu zokuhlatshwa.


Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.


Wasinika njengezimvu ezidliwayo; wasihlakazela phakathi kwabezizwe.


Kepha konke lokhu bayakukwenza kini ngenxa yegama lami, ngokuba bengamazi ongithumileyo.


Ngokuba ngithi uNkulunkulu usimisile thina baphostoli ekugcineni njengabamiselwe ukufa, ngokuba senziwe ukubukwa ezweni, nasezingelosini, nakubantu.


Wathi: “Ngaba nobukhwele obukhulu kuJehova uNkulunkulu Sebawoti, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli basishiyile isivumelwano sakho, badilize ama-altare akho, babulala abaprofethi bakho ngenkemba; ngase ngisele ngedwa; futhi bafuna umphefumulo wami ukuze bawususe.


Ngabona owesifazane edakwe yigazi labangcwele, negazi labafakazi bakaJesu;


USara waphika wathi: “Angihlekanga; ngoba wayesaba. Waphendula wathi: Hatshi; kodwa wahleka.


UJehova, uNkulunkulu wawonkulunkulu, uJehova, uNkulunkulu wawonkulunkulu, nguyena owaziyo, nowamazi u-Israyeli; uma kungukuhlubuka noma ukweqa uJehova (ungasikhululi namuhla).


UJehova uyayazi imicabango yomuntu ukuthi iyize.


Uyalwazi usizi lwami nokuhlubuka kwami, uqonda imicabango yami ukude.


Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite