Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 UNkulunkulu ngeke yini alihlole? ngoba yena uyazazi izimfihlo zenhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 uNkulunkulu ubengayikukuhlola na? Ngokuba yena uyazazi izimfihlakalo zenhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 ngeke yini uNkulunkulu azi ngalokho na? Ngokuba Yena wazi izimfihlo ezisenhliziyweni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:21
12 Referans Kwoze  

Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.


Ukhona yini ongamfihla ezindaweni zokucasha ukuze ngingamboni? kusho uJehova. Angigcwalise izulu nomhlaba na? kusho uJehova.


Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa yonke imisebenzi ekwahlulelweni kanye nakho konke okufihliweyo, kungakhathaliseki ukuthi kuhle noma kubi.


Kayiboni yini izindlela zami, abale zonke izinyathelo zami?


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Ngosuku uNkulunkulu azakwahlulela ngalo izimfihlo zabantu ngoJesu Khristu ngokwevangeli lami.


Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;


Ngizakwenzani-ke nxa uNkulunkulu esukuma? uma efika, ngiyakumphendula ngithini na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite