Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 41:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJehova uyakumqinisa embhedeni wosizi; uyakwendlala umbhede wakhe wonke ekuguleni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UJehova uyakumphasa ecansini egula; wena uyakuguqula ukhukho lwakhe ekuguleni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 USimakade uyakumsimamisa okhukhweni lokufa, amphilise kuzona zonke izifo zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 41:3
7 Referans Kwoze  

Inyama yami nenhliziyo yami kuyaphela, kepha uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngenxa yokuthi uthume izithunywa ukuyabuza kuBali Zebhubi unkulunkulu wase-Ekroni, akungoba kungekho Nkulunkulu kwa-Israyeli ongabuza izwi lakhe na? ngalokho ungehli kulowo mbhede okhwele kuwo, kepha uyakufa nokufa.


Bathi kuye: “Kwakhuphuka indoda ukusihlangabeza, yathi kithi: Hambani, nibuyele enkosini enithumileyo, nithi kuyo: Isho kanje iNkosi, ithi: Akungoba kungekho Nkulunkulu na? kwa-Israyeli, ukuba uthume ukubuza kuBali Zebubi unkulunkulu wase-Ekroni na? ngalokho ungehli kulowo mbhede okhwele kuwo, kepha uyakufa nokufa.


UJehova wasiyala ukwenza zonke lezi zimiso, simesabe uJehova uNkulunkulu wethu, kube kuhle kuze kube phakade, ukuze asigcine ekuphileni njenganamuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite