Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 40:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bonke abakufunayo mabajabule bajabule kuwe; abathanda insindiso yakho mabasho njalonjalo ukuthi: Makabe mkhulu uJehova;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo; abathanda insindiso yakho mabasho njalo, bathi: “Makadunyiswe uJehova.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Mabethabe, bajabule kuwe bonke abakufunayo, abathanda insindiso yakho mabasho njalo, bathi: “Makadunyiswe uSimakade.”

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 40:16
15 Referans Kwoze  

Mabajabule, bajabule, abathanda ukulunga kwami; yebo, mabasho njalonjalo: Makabe mkhulu uJehova othokoza ngokuphumelela kwenceku yakhe.


Kodwa abalungileyo kathokoze; mabajabule phambi kukaNkulunkulu, yebo, mabajabule kakhulu.


Lokho kwaziwa yibo bonke abakhileyo e-Efesu abaJuda namaGreki; ukwesaba kwabehlela bonke, ladunyiswa igama leNkosi uJesu.


Amehlo ami ayaphela ekusindisweni kwakho nasezwini lokulunga kwakho.


Zibongeni egameni lakhe elingcwele; mayijabule inhliziyo yabafuna uJehova.


Abathobekileyo bazakudla basuthe; bayakumdumisa uJehova abamfunayo; inhliziyo yakho iyophila phakade.


Ngidle ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kungukuthokoza kwenhliziyo yami.


CAPH. Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho, kepha ngethemba izwi lakho.


Yebo, bangikhamisela kakhulu imilomo yabo, bathi: “Ashila, ashila, iso lethu libonile!


Ndodana yomuntu, ngokuba iTire lathi ngeJerusalema: “Ashila, liphukile amasango abantu; waphendukela kiMi; Ngizokwaneliseka, manje sekonakele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite