Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 40:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Mabame benamahloni kanyekanye, babe namahloni abafuna umphefumulo wami ukuwubhubhisa; mababuyiselwe emuva bajabhe abangifisela okubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Mabajabhe, babe namahloni bonke abafuna umphefumulo wami ukuba bawuhlwithe; abafisa ukulimala kwami mababuyiselwe emuva, bajabhiswe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Mabajabhe, babe namahloni bonke abafuna umphefumulo wami ukuba bawubhubhise, abafisa ukulimala kwami mababuyiselwe emuva, bajabhiswe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 40:14
16 Referans Kwoze  

Mabame benamahloni, bajabhe kanyekanye abathokoza ngeshwa lami; mabembeswe ihlazo nehlazo abangikhulisa ngalo.


Labo abafuna umphefumulo wami mabejabhe, babe namahloni;


Mabajabhe, baqedwe abamelene nomphefumulo wami; mabambozwe ihlazo nehlazo abafuna ukungilimaza.


Khona esho kubo ukuthi: “Nginguye,” bahlehla nyovane, bawa phansi.


Impela omunye uyakuthi: “KuJehova nginokulunga namandla; kuye abantu bayokuza; bonke abamthukuthelele bayakujabha.


Lapho izitha zami zibuya, ziyakuwa, zibhubhe phambi kobuso bakho.


Bheka, bonke abakuthukuthelele bayakuma benamahloni, babe namahloni; nabaxabana nawe bayakubhubha.


Izinkunzi eziningi zangihaqa, izinkunzi zaseBashani ezinamandla zangihaqa.


Sindisa umphefumulo wami enkembeni; sithandwa sami emandleni enja.


Kumholi wokuhlabelela, ihubo likaDavide, ekukhunjuzweni kwakho. Shesha, Nkulunkulu, ungisindise; shesha ungisize, Jehova.


Lokhu makube ngumvuzo wezitha zami zikaJehova nowabakhuluma kabi ngomphefumulo wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite