Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 39:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngaba yisimungulu ngokuthula, ngathula, yebo kwabalungileyo; nosizi lwami lwanyakaza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngabindela impela, ngathula nakukho okuhle; kwavuswa ubuhlungu bami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Bengizithulele, ngingasho lutho, ukuthula akungisizanga, inhlupheko yaya ngokuya ikhula.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 39:2
10 Referans Kwoze  

Ngokuba thina asinakuyeka ukukhuluma ngalokho esikubonileyo nesikuzwileyo.


Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.


Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.


Deda ebubini wenze okuhle; funa ukuthula, ukuphishekele.


HE. Ngifundise, Jehova, indlela yezimiso zakho; futhi ngizoyigcina kuze kube sekupheleni.


Ngiqondise, ngigcine umthetho wakho; yebo, ngizoyigcina ngenhliziyo yami yonke.


Jehova, beka umlindi phambi komlomo wami; vala umnyango emlonyeni wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite