Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 38:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abafuna umphefumulo wami bayangicupha; abafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, bazindla inkohliso usuku lonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Abaqamekela ukuphila kwami bayangicupha, abafuna ukungenzakalisa bakhuluma kabi ngami, bazindla okubi ngami usuku lonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 38:12
18 Referans Kwoze  

Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baceba izindaba zenkohliso ngabanokuthula ezweni.


Abazidlayo bangifihlele ugibe nezintambo; beneka inetha endleleni; bangifakela igin. Sela.


Ngigcine ezingibeni abangibekele zona, nasemithini yabenzi bobubi.


Labo abafuna umphefumulo wami mabejabhe, babe namahloni;


Ababi bangibekele ugibe, kepha angidukanga emiyalweni yakho.


Ngokuba abezizwe bangivukele, nabacindezeli bafuna umphefumulo wami; kababekanga uNkulunkulu phambi kwabo. Sela.


Uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uqamekela ukubamba abampofu; uyabamba ompofu lapho emdonsela enetheni lakhe.


Udedisile abafowethu kimi, labazana lami sebahlukanisiwe lami.


Ngikhohliwe njengofileyo enhliziyweni, nginjengesitsha esiphukile.


Izitha zami zikhuluma kabi ngami, zithi: Uyokufa nini, igama lakhe libhubhe na?


Ngokuba ukushisekela indlu yakho kungidlile; nokuhlambalaza kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.


Iso lami liyalila ngenxa yosizi: Jehova, ngikhala kuwe usuku lonke, ngizelulela izandla zami kuwe.


Bonke abafowabo bompofu bayamzonda; kakhulu kangakanani abangani bakhe baqhela kuye? uyabazingela ngamazwi, kodwa bayamehlula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite