Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Ngabona ukuthi omubi unamandla amakhulu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Ngambona omubi oyisidlova ezenabisile njengomuthi oluhlaza ogxilileyo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Ngimbonile omubi oyisidlova, enabise okomsedari eLebhanoni ogxilileyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:35
16 Referans Kwoze  

Ngabona isiwula simila, kodwa ngaze ngaqalekisa indawo yaso yokuhlala.


“Ulingana nobani ngenkazimulo nobukhulu phakathi kwemithi yase-Edene na? kepha uyakuphonswa phansi kanye nemithi yase-Edene ezindaweni eziphansi zomhlaba; phakathi kwabangasokile uyolala kanye nababulewe ngenkemba. NguFaro naso sonke isixuku sakhe, isho iNkosi uJehova.


UHamani wabalandisa ngenkazimulo yengcebo yakhe, nangobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi eyamkhulisa ngakho, nokuthi uziphakamisile ngaphezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


UJowabe wasesithi: Kangiyikuhlala lawe kanje. Wathatha imicibisholo emithathu esandleni sakhe, wayigwaza enhliziyweni ka-Abisalomu esaphila esihlahleni sokhuni.


Izinsizwa eziyishumi ezazimbethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamshaya u-Abisalomu, zambulala.


Wabatshala, yebo, banezimpande; bayakhula, yebo, bathele izithelo; Useduze emlonyeni wabo futhi ukude nezinso zabo.


Ngalokho ubude bawo baphakama ngaphezu kwayo yonke imithi yasendle, namagatsha awo anda, namagatsha awo aba made ngenxa yobuningi bamanzi ekuhlumeni kwawo.


Zase zingena izanusi, nabahlola izinkanyezi, namaKaledi, nabahlola imihlola, ngabatshela iphupho; kepha abangazisanga incazelo yako.


Amandla ayo ayakuba namandla, kepha kungabi ngamandla ayo; futhi uyobhubhisa ngokumangalisayo futhi aphumelele futhi enze futhi abhubhise anamandla nabantu abangcwele.


Khona-ke uyophendulela ubuso bakhe enqabeni yezwe lakhe, kodwa uyokhubeka awe, angatholakali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite