Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uhlala elesihawu njalo eboleka; nenzalo yakhe yabusiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Usuku lonke uyahawukela, atsheleke, nenzalo yakhe iyisibusiso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Uphana, atshelekise ekhululekile, nozalo lwakhe luyisibusiso.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:26
10 Referans Kwoze  

Umuntu omuhle uyahawukela, atsheleke; Uzoqhuba izindaba zakhe ngokuxoxa.


Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


Omubi uyaboleka angabuyiseli, kepha olungileyo uhawukela, uyapha.


Olungileyo uhamba ngobuqotho bakhe; abantwana bakhe babusisiwe emva kwakhe.


Wahlakaza, wapha abampofu; ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade; uphondo lwakhe luyophakama ngodumo.


Ngizabanika inhliziyo eyodwa lendlelanye, ukuze bangesabe kuze kube nininini, kube yinzuzo yabo leyabantwana babo emva kwabo.


Ngokuba waqinisa imigoqo yamasango akho; Wababusisa abantwana bakho kuwe.


Ufisa usuku lonke, kodwa olungileyo akaphani futhi akagodli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite