Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova usekela abalungileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova uyabaphasa abalungileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Izingalo zababi zizophoqozwa, kodwa uSimakade uyabasimamisa abalungileyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:17
14 Referans Kwoze  

Ningesabi; ngoba mina nginani; ningethuki; ngoba nginguNkulunkulu wenu; Ngizokuqinisa; yebo, ngizokusiza; yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


Umphefumulo wami ulangazelela wena, isandla sakho sokunene siyangisekela.


UJehova uyabasekela bonke abawayo, uyabavusa bonke abathotshisiweyo.


Bheka, inceku yami engiyisekelayo; abakhethiweyo bami othokoza ngabo umphefumulo wami; ngibekile uMoya wami phezu kwakhe: uyakuletha ukwahlulela kwabezizwe.


Noma ewa, akayikuwa phansi nesiqalekiso, ngokuba uJehova uyamsekela ngesandla sakhe.


Ngibuyisele intokozo yensindiso yakho; futhi ungisekele ngomoya wakho okhululekile.


Kuye olamandla okulilinda ekukhubekeni, lokulimisa phambi kwenkazimulo yakhe lingelasici ngentokozo enkulu;


Uyaphula ingalo yomubi kanye nomubi; funani ububi bakhe, nize ningabufumani.


Kepha mina uyangisekela ngobuqotho bami, ungibeke phambi kobuso bakho kuze kube phakade.


Ababi bagodliwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo iyakwaphulwa.


Bheka, izinsuku ziyeza engiyakunquma ngazo ingalo yakho nengalo yendlu kayihlo ukuba kungabikho xhegu endlini yakho;


Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, nengalo yakhe yaphukile,” usho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite