Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kuse ngumzuzwana, omubi angabe esabakho; kuyakuthi lapho uhlola indawo yakhe, uyakube engasekho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kusazothatha isikhashana engabe esababikho omubi, uyothi lapho uhlola indawo abe kuyo, ungamfumani.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:10
25 Referans Kwoze  

Baphakanyiswa okwesikhatshana, kodwa sebehambile, bathotshiswa; bayasuswa endleleni njengabo bonke abanye banqunywe njengeziqongo zemithambo.


Kepha ukuphela kwakho konke sekusondele;


Ngokuba umoya uphephetha phezu kwayo, isuke; nendawo yawo ayisayikuyazi.


Ngokunjalo uNkulunkulu uyakunibhubhisa kuze kube phakade; uyakukuthatha, akuklebhule endaweni yakho yokuhlala, akunqume ezweni labaphilayo. Sela.


Kasayikubuyela endlini yakhe, lendawo yakhe yokuhlala kayisayikumazi.


Ngoba uyabona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa, kanjalo isiphukuphuku nodelela bayabhubha, bashiyele abanye ingcebo yabo.


Kodwa umuntu uyafa aduke; yebo, umuntu unikela esinyeni, kanti uphi?


Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Futhi kungani ungathetheleli isiphambeko sami futhi ususe ububi bami na? ngokuba manje ngiyakulala othulini; niyongifuna ekuseni, kodwa ngibe ngingasekho.


UJehu wayesethi kuBidikari induna yakhe: “Mphakamise, umphonse esiqeshini sezwe likaNaboti waseJizreyeli;


Ukuthi ukunqoba kwababi kufitshane, intokozo yabazenzisi ngokomzuzwana nje?


Indlu yababi izachithwa, kodwa ithabhanekele labaqotho lizahluma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite