Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 37:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Ungakhathazeki ngababi, ungabahawukeli abenza okubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ungazikhathazi ngababi, ungabi namhawu ngabenza okungalungile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ungakhathazeki ngababi, ungabi namona ngabenza okungalungile,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 37:1
12 Referans Kwoze  

Hlala kuJehova, umlinde ngokubekezela; ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe, ngomuntu oceba amacebo amabi.


Inhliziyo yakho mayingabi nomhawu ngezoni, kepha mawube sekumesabeni uJehova usuku lonke.


Ungakhathazeki ngabantu ababi, ungabi lomhawu ngababi;


Ungamhawukeli umcindezeli, ungakhethi enye yezindlela zakhe.


Ungabi lomhawu ngabantu ababi, ungafisi ukuhlala labo.


Ngokuba ngaba nomhawu ngeziwula lapho ngibona ukuchuma kwababi.


umhawu, ukubulala, ukudakwa, ukuxokozela, nokunye okunjalo, enginitshela ngakho ngaphambili, njengalokho ngasho kini ngaphambili, ukuthi abenza okunjalo abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


Ubuwula bomuntu buphendukezela indlela yakhe, nenhliziyo yakhe ithukuthelele uJehova.


Abaqotho bazamangala ngalokho, labangelacala bazavukela umzenzisi.


Kodwa kwababi akuyikuhamba kahle, futhi akayikwandisa izinsuku zakhe njengethunzi; ngoba akamesabi uNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite