Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 36:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Qhubekela phambili umusa wakho kulabo obaziyo; nokulunga kwakho kwabaqotho ngenhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Mawume umusa wakho kubo abakwaziyo, nokulunga kwakho kubo abaqotho ngenhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Mawuqhubeke njalo umusa wakho kulabo abakwaziyo, nokulunga kwakho kwabaqotho ngenhliziyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 36:10
17 Referans Kwoze  

Ngiyakubanika inhliziyo yokungazi mina, ukuthi nginguJehova; bayakuba ngabantu Kimi, mina ngibe nguNkulunkulu wabo; ngoba bayobuyela kimi ngenhliziyo yabo yonke.


Abayikufundisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, nalowo umfowabo, ngokuthi: ‘Yazi uJehova,’ ngokuba bonke bayakungazi, kusukela komncane kuze kufike komkhulu wabo.


Walungisa icala labampofu nabampofu; kwase kuba kuhle kuye; kwakungesikho ukungazi mina? kusho uJehova.


Abalaziyo igama lakho bayakwethemba wena, ngokuba wena Jehova awubashiyanga abakufunayo.


Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.


Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi wena Nkulunkulu wedwa weqiniso, noJesu Kristu omthumileyo.


UJehova wabonakala kimi kwasendulo, wathi: “Yebo, ngikuthandile ngothando oluphakade; ngalokho ngikudonsile ngomusa.


Kepha umusa kaJehova ukhona kwabamesabayo kusukela phakade kuze kube phakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana;


O ndlu kaJakobe, wozani sihambe ekukhanyeni kukaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite