Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 35:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ukubonile lokhu, Jehova; ungathuli; Jehova, ungabi kude nami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Uyakubona, Jehova; mawungathuli; Nkosi, mawungabi kude nami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Simakade, uyakubona; mawungathuli, Nkosi, mawungabi kude nami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 35:22
14 Referans Kwoze  

Jehova, umeleni kude na? nicashelani ngezikhathi zokuhlupheka na?


UJehova wathi: “Ngikubonile nokukubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe, nokukhala kwabo ngezinceku zabo ngikuzwile; ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo;


Ihubo likaDavide. Ngikhala kuwe, Jehova, dwala lami; ungangithuli, funa ungithulele, ngingabi njengabehlela egodini.


O Nkulunkulu, ungabi kude nami; Nkulunkulu wami, shesha ungisize.


Ungangishiyi, Jehova Nkulunkulu wami, ungabi kude nami.


Ungabi kude nami; ngoba inkathazo iseduze; ngoba akekho ongasiza.


Bheka, kulotshiwe phambi kobuso bami ukuthi: Kangiyikuthula, kepha ngiyakubabuyisela esifubeni sabo,


Ihubo lika-Asafa. Ungathuli, Nkulunkulu; ungathuli, ungathuli, Nkulunkulu.


Lezizinto wazenza, ngathula; ubucabanga ukuthi nginjengawe, kepha ngiyakukusola, ngikuyale phambi kwamehlo akho.


Yizwa, Jehova, umkhuleko wami, ulalele ukukhala kwami; ungathuli ngezinyembezi zami, ngokuba ngingumfokazi kuwe nomfokazi njengabo bonke obaba.


Kodwa ungabi khatshana lami, O Jehova, mandla ami, shesha ungisize.


Ngikubonile, ngikubonile ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibhithe, futhi ngizwile ukububula kwabo, futhi ngehlile ukuba ngibakhulule. Manje woza, ngizokuthuma eGibhithe.


Wena wakubona; ngokuba ubona ububi nobubi ukuba ukuphindise ngakho ngesandla sakho; abampofu bayazinikela kuwe; ungumsizi wentandane.


Izinkunzi eziningi zangihaqa, izinkunzi zaseBashani ezinamandla zangihaqa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite