Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 34:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ingelosi kaJehova iyehla nxazonke kwabamesabayo, ibakhulule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ingelosi kaJehova iyamisa nxazonke kubo abamesabayo, ibakhulule.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ingelosi kaSimakade ikanisa nxazonke kulabo abamesabayo, ibakhulule.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 34:7
14 Referans Kwoze  

Ngoba uzalaya izingilosi zakhe ngawe ukuthi zikulinde ezindleleni zakho zonke.


UNkulunkulu wami uthumile ingelosi yakhe, yavala imilomo yamabhubesi, ukuze angangilimazanga, ngokuba kutholwe kimi ngingenacala phambi kwakhe; futhi phambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.


Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?


Ngalobo busuku kwaphuma ingelosi kaJehova, yabulala abantu abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili nanhlanu ekamu lama-Asiriya; bavuka ekuseni kakhulu, babeyizidumbu zonke.


U-Elisa wakhuleka wathi: “Nkosi, vula amehlo akhe ukuba abone.” UJehova wawavula amehlo ensizwa; wabheka, bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo nxazonke zika-Elisha.


Xwayani ukuba ningadeleli noyedwa walaba abancinyane; ngokuba ngithi kini: Izingelosi zabo ezulwini zibona njalo ubuso bukaBaba osezulwini.


Ngiyakumisa nxazonke zendlu yami ngenxa yempi ngenxa yodlulayo nangenxa yobuyayo; akusayikudlula umcindezeli phakathi kwabo, ngokuba manje sengikubonile ngamehlo ami.


Kwasekusithi wafa ompofu, wathwalwa yizingilosi esifubeni sikaAbrahama;


Akumelwe nicindezele noma yimuphi umfelokazi noma intandane.


Uma uthatha izingubo zomakhelwane wakho zibe yisibambiso, womnika zona ekushoneni kwelanga;


Futhi ungibize ngosuku lwenhlupheko: ngizakusindisa, njalo uzangidumisa.


Ngosuku engamemeza ngalo, wangiphendula, wangiqinisa ngamandla emphefumulweni wami.


Wangizungeza ngemuva nangemuva, wabeka isandla sakho phezu kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite