Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 34:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 UJehova uyawukhulula umphefumulo wezinceku zakhe, futhi akekho noyedwa kwabamethembayo oyoba ihlane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UJehova ukhulula umphefumulo wezinceku zakhe; akakho kwabamethembayo oyakuba necala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 USimakade uyakukhulula ukuphila kwezinceku zakhe, akekho ophephela kuye oyojeza.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 34:22
17 Referans Kwoze  

Ohlenga ukuphila kwakho ekubhujisweni; okuthwesa umusa nesihe;


Izindebe zami ziyakujabula kakhulu lapho ngihlabelela kuwe; nomphefumulo wami owuhlengileyo.


UDavide wabaphendula uRekabi noBahana umfowabo, amadodana kaRimoni waseBeyeroti, wathi kubo: “Kuphila kukaJehova owuhlengile umphefumulo wami osizini lonke!


Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;


Esandleni sakho ngiyawubeka umoya wami; uyangihlenga, Jehova Nkulunkulu weqiniso.


Iyakukhulula u-Israyeli kuzo zonke izono zakhe.


Inkosi yasifunga yathi: Kuphila kukaJehova ohlengile umphefumulo wami osizini lonke!


Ingelosi eyangikhulula ebubini bonke ibusisa abafana; igama lami malibizwe phezu kwabo negama lawobaba o-Abrahama no-Isaka; futhi mabakhule babe yisixuku phakathi komhlaba.


Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.


O Nkosi, wena wamela izindaba zomphefumulo wami; Uhlengile impilo yami.


Omubi uceba uzungu ngolungileyo, amgedlele amazinyo.


Inkemba yabo iyongena kweyabo inhliziyo, neminsalo yabo yaphulwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite