Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 34:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Gcina ulimi lwakho ebubini nezindebe zakho enkohliso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Londa ulimi lwakho kokubi, nezindebe zakho kukho ukukhuluma inkohliso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Londa ulimi lwakho kokubi, nezindebe zakho ekukhulumeni inkohliso.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 34:13
22 Referans Kwoze  

Jehova, beka umlindi phambi komlomo wami; vala umnyango emlonyeni wami.


Ogcina umlomo wakhe nolimi lwakhe ulonda umphefumulo wakhe ezinsizini.


ongonanga, nenkohliso ayitholwanga emlonyeni wakhe;


Uma umuntu phakathi kwenu ecabanga ukuthi unokholo, engalubambi ngetomu ulimi lwakhe, ekhohlisa eyakhe inhliziyo, ukukholwa kwalowo kuyize.


Ningaqambelani amanga, lokhu nikhumule umuntu omdala kanye nezenzo zakhe;


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;


Ngokuba siyakhubeka ngokuningi sonke. Uma umuntu engakhubeki ngezwi, lowo uyindoda epheleleyo, enamandla okulawula nomzimba wonke njengetomu.


Olinda umlomo wakhe ulonda ukuphila kwakhe; kepha ovula kakhulu izindebe zakhe uyakuba nembubhiso.


Izindebe zamanga ziyisinengiso kuJehova, kepha abenza iqiniso uyintokozo yakhe.


Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.


Kumholi wokuhlabelela, kuze kufike kuJeduthuni, ihubo likaDavide. Ngathi: “Ngiyakuqaphela izindlela zami, ukuze ngingoni ngolimi lwami; Ngizolinda umlomo wami ngetomu lapho omubi ephambi kwami.


Ngakho lahlani ububi bonke, nobuqili bonke, nokuzenzisa, nomhawu, nakho konke ukuhleba;


Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla isithelo salo.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.


Ubuvila bukulo; ukukhwabanisa nenkohliso akusuki emigwaqweni yawo.


Ngoba wathi: Isibili bangabantu bami, abantwana abangaqambi amanga; ngakho waba nguMsindisi wabo.


Ababi bayachithwa, bangabe besabakho, kepha indlu yabalungileyo iyokuma.


Uphendulela uNkulunkulu umoya wakho, ukhuphe amazwi anjalo emlonyeni wakho?


Funani okuhle, hhayi okubi, ukuze niphile; kanjalo iNkosi, uNkulunkulu Sebawoti, ibe nani, njengalokho nikhulumile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite