Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 33:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 ukuze akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 ukuba akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 ukukhulula umphefumulo wabo ekufeni, nokubagcina bephilile endlaleni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 33:19
13 Referans Kwoze  

Abayikuba namahloni ngesikhathi sobubi, nangezinsuku zendlala bayakusutha.


UJehova kayikuyekela umphefumulo wolungileyo ulambe, kodwa uchitha okuhle komubi.


Mina ngizinika ukuphila okuphakade; azisoze zabhubha naphakade, akakho ongazihlwitha esandleni sami.


Uyakuhlala phezulu; isivikelo sakhe siyakuba yizikhali zamadwala; isinkwa uyakuphiwa; amanzi akhe ayakuqiniseka.


Akuyikwehlelwa okubi, nesifo asiyikusondela etendeni lakho.


Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa.


Mina noBaba simunye.


Kwathi uPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke abantu abaJuda ababekulindele.


Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.


Wabapha ukudla abamesabayo; Uyosikhumbula njalo isivumelwano sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite