Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 31:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngikhiphe enetheni abangibekele lona ngasese, ngokuba wena ungamandla ami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uyakungikhipha enetheni abangicuphe ngalo, ngokuba wena uyinqaba yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngikhiphe ogibeni abangicuphe ngalo, ngokuba Wena uyisiphephelo sami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 31:4
11 Referans Kwoze  

Amehlo ami akuJehova njalo; ngoba yena uyakukhipha izinyawo zami enetheni.


Abazidlayo bangifihlele ugibe nezintambo; beneka inetha endleleni; bangifakela igin. Sela.


nokuba balulame ogibeni lukaSathane, ababanjwe nguye ngentando yakhe.


Bazenzela izinyawo zami inetha; umphefumulo wami uthobile; bemba umgodi phambi kobuso bami, bawela kuwo. Sela.


Amazwi omlomo wami nokuzindla kwenhliziyo yami makuthandeke ebusweni bakho, Jehova, mandla ami nomsindisi wami.


Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Umphefumulo wethu uphunyukile njengenyoni ogibeni lwabacuphi;


Ngokuba bangifihlele ngeze inetha labo emgodini, abawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.


Yathi kimi: “Umusa wami ukwanele, ngokuba amandla ami apheleliswa ebuthakathakeni. Ngakho-ke ngizathokoza ngokuthokoza okukhulu ngobuthakathaka bami, ukuze amandla kaKristu ahlale phezu kwami.


Ngizabiza i Nkosi efanele ukudunyiswa; ngakho ngizakhululwa ezitheni zami.


Uyawuvuselela umphefumulo wami, uyangihola ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite