Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 31:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Makabongwe uJehova, ngokuba ungenzele umusa wakhe omangalisayo emzini onamandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Makabongwe uJehova, ngokuba ungenzele umusa wakhe omangalisayo emzini oqinileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Makabongwe uSimakade, ngokuba ungenzele umusa wakhe omangalisayo ngesikhathi ngisemzini ovinjezelweyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 31:21
8 Referans Kwoze  

Bonisa umusa wakho omangalisayo, wena okhulula abathembela kuwe ngesandla sakho sokunene kulabo ababavukelayo.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Ngokuba bheka, ngikwenzé namuhla ube ngumuzi ovikelekileyo, nensika yensimbi, nezindonga zethusi phezu kwezwe lonke, naphezu kwamakhosi akwaJuda, naphezu kwezikhulu zalo, naphezu kwabapristi balo, nakubantu bezwe.


Yilokhu uJehova akwenzayo; kuyamangalisa emehlweni ethu.


Ihubo. Hlabelelani kuJehova ihubo elisha; ngokuba wenze izimangaliso: isandla sakhe sokunene nengalo yakhe engcwele kumnike ukunqoba.


Uzacatshangelwa yisijeziso solimi, njalo kawuyikwesaba ukubhujiswa lapho kufika.


Ngokuba uyangithukusa etendeni lakhe ngesikhathi sokuhlupheka; uyangithukusa endaweni yokucasha yetende lakhe; Uzongimisa phezu kwedwala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite