Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 26:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ungabutheli umphefumulo wami nezoni, nokuphila kwami nabantu begazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ungamukisi umphefumulo wami kanye nezoni nokuphila kwami kanye nabantu begazi

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ungangilahli kanye nezoni, nomphefumulo wami kanye nabantu abalambele igazi,

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 26:9
14 Referans Kwoze  

Impela uyakubulala ababi, Nkulunkulu;


Laba bayakumuka ekujezisweni okuphakade, kepha abalungileyo baye ekuphileni okuphakade.


Khona bayakumphendula nabo, bathi: ‘Nkosi, sakubona nini ulambile, noma womile, noma ungowezizwe, noma uhamba-ze, noma ugula, noma usetilongweni, singakukhonzanga?


Kuyakubuthelwa phambi kwayo izizwe zonke, ibahlukanise abanye kwabanye, njengomalusi ehlukanisa izimvu nezimbuzi;


Iyinqamule kabili, iyimisele isabelo sayo kanye nabazenzisi; kuyakuba khona lapho ukukhala nokugedla amazinyo.


Khona lizabuya, lihlukanise phakathi kolungileyo lomubi, phakathi kokhonza uNkulunkulu lalowo ongamkhonziyo.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami, futhi ulimi lwami luzakwethaba ngokulunga kwakho.


Kwase kuba khona indlala emihleni kaDavide iminyaka emithathu, umnyaka ngomnyaka; uDavide wabuza kuJehova. UJehova wathi: “Kungenxa kaSawule nendlu yakhe yamagazi, ngoba wabulala abaseGibeyoni.”


UShimeyi wathi ekuthukeni kwakhe: “Phuma, phuma, muntu wegazi nothembekileyo;


Kodwa umuntu wasukuma ukukuxotsha lokudinga umphefumulo wakho; kepha umphefumulo wenkosi yami uyakuboshelwa emshungwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; nemiphefumulo yezitha zakho iyoyiphonsa kungathi iphakathi kwendwayimana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite