Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 25:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Amehlo ami akuJehova njalo; ngoba yena uyakukhipha izinyawo zami enetheni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Amehlo ami akuye uJehova njalo, ngokuba nguyena okhipha izinyawo zami enetheni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Amehlo ami ahlala ethe njo kuSimakade, ngokuba nguye okhulula izinyawo zami ogibeni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 25:15
9 Referans Kwoze  

Kepha amehlo ami akuwe Jehova; ithemba lami likuWe; ungawushiyi umphefumulo wami ekusweleni.


Ngikhiphe enetheni abangibekele lona ngasese, ngokuba wena ungamandla ami.


Bheka, njengalokho amehlo ezinceku ebuka isandla samakhosi azo, nanjengamehlo entombi esandleni senkosikazi yayo; ngalokho amehlo ethu abheke kuJehova uNkulunkulu wethu, aze abe nomusa kithi.


Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi; bacupha ugibe, babambe abantu.


Wena, nkosi yami, nkosi, amehlo ka-Israyeli wonke aphezu kwakho, ukuba ubatshele ukuthi ngubani oyakuhlala esihlalweni sobukhosi senkosi yami, inkosi, emva kwayo.


O Nkulunkulu wethu, awufuni yini ukubahlulela? ngokuba asinawo amandla okumelana nalesi sixuku esikhulu esisihlaselayo; futhi asazi ukuthi senzeni, kodwa amehlo ethu akuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite