Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 24:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba walisekela phezu kolwandle, walimisa phezu kwemifudlana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba yena wawusekela phezu kwezilwandle, wawumisa phezu kwemifula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 ngokuba nguye owawumisa phezu kwezilwandle, wawusekela phezu kwemifula.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 24:2
14 Referans Kwoze  

Aningesabi na? usho uJehova, uthi: “Aniyikuthuthumela phambi kwami, mina engabeka isihlabathi emkhawulweni wolwandle ngomyalo waphakade ukuba lungedlule kuwo; uma zibhonga, azinakudlula na?


Kuyena oweneka umhlaba phezu kwamanzi, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Yishoni phakathi kwezizwe ukuthi uJehova uyinkosi; Uzakwahlulela izizwe ngokulunga.


Wawukuphi lapho ngibeka izisekelo zomhlaba? memezela, uma unengqondo.


Ngezwi likaJehova izulu lenziwa; nalo lonke ibandla lawo ngomoya womlomo wakhe.


Umhlaba usekhona, ukuhlwanyela nokuvuna, amakhaza, nokushisa, nehlobo, nobusika, nemini nobusuku, akuyikunqamuka.


Esandleni sakhe kukhona ukujula komhlaba; namandla ezintaba angawakhe.


UJehova uyinkosi, wembethe ubukhosi; uJehova wembethe amandla, azibhincile; nezwe lilungisiwe, ukuze linganyakaziswa.


Nguwena owadala inyakatho neningizimu: iThabori neHermoni ayakujabula egameni lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite