Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wathembela kuJehova ukuthi uzakumsindisa; makamsindise, ngokuba ethokoza ngaye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 bathi: “Zinikele kuJehova; makamsindise, amkhulule, njengokuba emthanda.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 basho nokusho bathi: “Makabeke indaba yakhe kuSimakade; Yena makamkhulule. Makamsindise ngoba uthokozile ngaye!”

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:8
17 Referans Kwoze  

Ngoba engithanda, ngakho ngizamsindisa; ngiyakumphakamisa, ngokuba elazi iGama lami.


Wangikhipha wangiyisa endaweni enkulu; Wangisindisa, ngokuba wayethokozile ngami.


Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.


Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.


Bheka, inceku yami engiyisekelayo; abakhethiweyo bami othokoza ngabo umphefumulo wami; ngibekile uMoya wami phezu kwakhe: uyakuletha ukwahlulela kwabezizwe.


Shiya imisebenzi yakho kuJehova, khona-ke imicabango yakho iyakuma.


Phonsa umthwalo wakho phezu kukaJehova, uzakukuphasa; Akasoze avumela olungileyo antengantenge.


Shiya indlela yakho kuJehova; thembela kuye futhi; futhi uyokwenza kwenzeke.


Abantu bema bebukela. Nababusi bamhleka usulu, bathi: “Wasindisa abanye; akazisindise, uma enguKristu, okhethiweyo kaNkulunkulu.


Bheka, inceku yami engiyikhethileyo; othandiweyo wami othokoza kuye umphefumulo wami;


wathi: “UNkulunkulu umshiyile; msukeleni nimbambe; ngoba kakho omsindisayo.


Njengenkemba emathanjeni ami, izitha zami ziyangihlambalaza; lapho bethi kimi insuku zonke: Uphi uNkulunkulu wakho?


Nami bengiyakukhuluma njengani; uma umphefumulo wenu ubusendaweni yomphefumulo wami, bengiyakuqoqa amazwi ngani, nginikine ikhanda lami kini.


Nami ngaba yisihlamba kubo; uma bengibheka banikine amakhanda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite