Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Inzalo iyakumkhonza; kuyakubalelwa eNkosini isizukulwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Inzalo iyakumkhonza; isizukulwane esizayo siyakulandiswa ngayo iNkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Izizukulwane ziyomkhonza, kulandwe ngayo iNkosi isizukulwane ngesizukulwane.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:30
10 Referans Kwoze  

Futhi futhi: Ngizabeka ithemba lami kuye. Futhi futhi: Bheka mina nabantwana uNkulunkulu anginike bona.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Ningacabangi ukusho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Kepha kwaba kuhle kuJehova ukumchoboza; waba lusizi; uma unikela umphefumulo wayo ube ngumnikelo wesono, iyakubona inzalo yayo, yandise izinsuku zayo, nokuthakazelelwa nguJehova kuyakuphumelela esandleni sayo.


Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, nenzalo yabo ime phambi kwakho.


INkosi iyakubala, lapho ibhala abantu, ukuthi lo muntu wazalelwa khona. Sela.


Uma ngithi: Ngizokhuluma kanje; bheka, bengiyakucasula isizukulwane sabantwana bakho.


Lesi yisizukulwane sabamfunayo, abafuna ubuso bakho, Jakobe. Sela.


Kwaba khona ukwesaba okukhulu kubo, ngokuba uNkulunkulu usesizukulwaneni sabalungileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite