Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngiyakumemezela igama lakho kubafowethu; ngizakudumisa phakathi kwebandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngiyakushumayeza abafowethu igama lakho, ngikudumise phakathi kwebandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ngiyomemezela ngegama lakho kubafowethu, ngikudumise phakathi kwebandla.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:22
11 Referans Kwoze  

Ngokuba labo ayebazi ngaphambili wabamisa ngaphambili bafane nomfanekiso weNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo phakathi kwabazalwane abaningi.


UJesu wayesethi kubo: “Ningesabi; hambani nitshele abafowethu ukuthi baye eGalile, futhi bayakungibona khona.


Inkosi iyakuphendula, ithi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba nikwenzile komunye walaba bafowethu abancane, nikwenzile nakimi.


UJesu wathi kuye: “Ungangithinti; ngoba kangikenyukeli kuBaba; kodwa hamba uye kubafowethu, uthi kubo: Ngenyukela kuBaba loYihlo; nakuNkulunkulu wami, noNkulunkulu wenu.


Ukudumisa kwami kuyakuba kuwe ebandleni elikhulu; ngizagcwalisa izithembiso zami phambi kwabamesabayo.


Ngiyakukubonga, Nkosi, phakathi kwezizwe; phakathi kwezizwe ngifuna ukukuhubela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite