Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 22:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Izinkunzi eziningi zangihaqa, izinkunzi zaseBashani ezinamandla zangihaqa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Izinkunzi eziningi zingibunganyele, ezinamandla zaseBashani zingizungezile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngihaqwe yizinkunzi zaseBhashani eziningi, ezinamandla, zingizungezile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 22:12
14 Referans Kwoze  

Niyakujezisa uquqaba lwabakhandi, ubuningi bezinkunzi, namathole abantu, kuze kube yilowo nalowo azithobe enezinhlamvu zesiliva; zihlakaze abantu abathanda ukulwa.


Ngokuba isibili uHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli babuthana ndawonye ngokumelene neNdodana yakho engcwele uJesu owamgcobayo;


Kwathi sekusile, bonke abapristi abakhulu namalunga esizwe benza icebo ngoJesu ukuba bambulale;


Niyakudla inyama yamaqhawe, niphuze igazi lezikhulu zomhlaba, ngelezinqama, nelamawundlu, nelezimbuzi, nezinkunzi, zonke ezikhuluphalisiweyo zaseBashani.


Ngokuba nathokoza, ngokuba nathokoza, nina bachitha ifa lami, ngokuba nakhuluphalisa njengethokazi etshanini, nabhodla njengezinkunzi;


Inyathi ziyakwehla kanye nazo, nezinkunzi kanye nezinkunzi; izwe labo liyakugcwala igazi, uthuli lwabo lukhuluphele ngamanoni.


Jehova Nkulunkulu wami, uma ngikwenzile; uma kukhona ububi ezandleni zami;


Ukubonile lokhu, Jehova; ungathuli; Jehova, ungabi kude nami.


Shesha ungisize, Nkosi, nsindiso yami.


Mabame benamahloni kanyekanye, babe namahloni abafuna umphefumulo wami ukuwubhubhisa; mababuyiselwe emuva bajabhe abangifisela okubi.


Sondela emphefumulweni wami, uwukhulule; ngisindise ngenxa yezitha zami.


Abafuna umphefumulo wami mabejabhe, babe namahloni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite