Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 21:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Uzasiqeda izithelo zabo emhlabeni, lenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Isithelo sabo uyakusichitha emhlabeni kanye nenzalo yabo phakathi kwabantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Uzalo lwabo uyolubhubhisa emhlabeni, nesizukulwane sabo, phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 21:10
8 Referans Kwoze  

Ngoba uJehova uthanda ubulungisa futhi akabashiyi abathandwayo bakhe; bayalondolozwa kuze kube phakade, kepha inzalo yababi iyachithwa.


Le nto yaba yisono kuyo indlu kaJerobowamu ukuba iyiqede nokuyichitha emhlabeni.


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama labo malisulwe esizukulwaneni esilandelayo.


Izithelo zendlu yakhe ziyakumuka, nempahla yakhe iyakugobhoza ngosuku lolaka lwakhe.


Ngokuba bhekani, luyeza usuku oluvutha njengeziko; bonke abazidlayo, nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi;


Awunakuhlanganiswa nabo ekumbelweni, ngokuba uchithile izwe lakho, wabulala abantu bakho; inzalo yabenzi bokubi ayisoze yaziwe.


Kodwa umuntu ozithintayo kumelwe abiyelwe ngensimbi nangothi lomkhonto; ziyakushiswa ngomlilo kuleyo ndawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite